Intalibombo uses

Intalibombo umuthi yintelezi yesithunzi, Intwalibombo elinye igama ingwedlane lena intelezi enamandla kakhulu ivame ukumila endaweni esehlanzeni ibe luhlaza, akufanele ube seduze nomuntu ozithwele ngoba baphuphunyelwa isisu. Uyaqguma ngawo, uyaphalaza ngawo. Umuthi wecala uyathakwa ngayo intalibombo. Ukucupha umuntu wesifazane aye esikhathini iyangena futhi lenduku ezintweni zesicupho. Amagama entalibombo: NTALIBOMBO UMUTHI or INGWEDLANE UMUTHI or INHLANHLENKULU UMUTHI or NKOSI UCETSHWAYO UMUTHI

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp